Wants to Meet Up
- Last login over 6 years ago
Join Couchsurfing to see Carl’s full profile.
Overview
About Me
San'bonani nonke!
Ninjani? Nami ngikhona!
NginguCarl njenge "Call" (me);)! Ngazalwa eThekwini, ngakhulele la futhi nomdeni wami eflatini eMbilo . Kodwa-ke kade sahamba sathutha sayohlala phesheya. Kodwa-ke kusukela ngisemcane ngafuna ukubuyela ekhaya... Kahle Kahle angisaphuphi ngoba....sengibuyile ekhaya!!! Yingakho ngingajabula kakhulu uma singahlangana ukuxhumana noBhuti no Sisi baseKhaya! Mhlambe singayenza i-tandem isiFulentshi-isiZulu;) Ucabangani? Ngazise nje! Ngingajabula kakhulu ukuhlangana nawe.
Sobonana maduze!
Carl
Countries I’ve Lived In
South Africa, Switzerland
Old School Badges
-
Pioneer Badge